Low res reader
Transcription
Low res reader
Emuseni Sifika nani bo ? Sifika nama-apula. Siyanikela. 2 Sifika nani bo ? Sifika namapheya. Siyanikela. 3 i sen u Em Sifika nani bo ? Sifika nophopho. Siyanikela. 4 Sifika nani na ? Sifika nomnikelo. 5 Emuseni Sifika nani bo ? Sifika nophayinaphu. Siyanikela. 6 Sifika nani na ? Sifika nomnikelo. 7 Sifika nalo mnikelo … IKHAYA LEZINTANDANE EM U N SE I Siyabonga, Emuseni ! Siyabonga ! Sijabulile ! 8